Mas_X - Imithwalo

Sengyahamba nemithwalo yami
Sengyahamba ngbuyel ekhaya
Sengyahamba nemithwalo yami
Sengyahamba ngbuyel ekhaya

Ngbuyile weMa
Yaz ubengtshel ukuthi
Uzongfahlaza
Ngbuyile weMa
Yaz ubengtshel ukuthi
Uzongfahlaza

Ngbone kungcono ukuthi
Ngbaleke
Kunokuba ngfele emanyaleni
Ngaphel ngaphela ngampela
Ngaphel emzimbeni bo

Uyangshaya
Kant emhlabeni kunjan
Alikh iqiniso
Basishaya ngampela
Ngamanz abilayo
Basthela ngampela
Ngamafuth ashisayo
Basthela ngampela

Sengyahamba nemithwalo yami
Sengyahamba ngbuyel ekhaya
Sengyahamba nemithwalo yami
Sengyahamba ngbuyel ekhaya

Ngbuyile weMa
Yaz ubengtshel ukuthi uzongfahlaza
Ngbuyile weMa
Yaz ubengtshel ukuthi uzongfahlaza

Now I don't mind to be alone
Kungcono kona ngibe lonely
Bathi ngindod enjan
Indoda eshawo umfazi

Aybo ngyakwala wena
Ngenglokh ngshaw uwena
Intathakus eksene uhlez ungvusa ekseni ksanenkungu ebsweni
I give up I'm going
Kloluthando ngyahamba wee

Sengyahamba nemithwalo yami
Sengyahamba ngbuyel ekhaya
Sengyahamba nemithwalo yami
Sengyahamba ngbuyel ekhaya

Ngbuyile weMa
Yaz ubengtshel ukuthi uzongfahlaza
Ngbuyile weMa
Yaz ubengtshel ukuthi uzongfahlaza

Written by:
Sakhile Khuzwayo

Publisher:
Lyrics © O/B/O DistroKid

Lyrics powered by Lyric Find

Mas_X

View Profile