Ladysmith Black Mambazo - Umusa Kankulunkulu (Mercy of God)

Wozumbamb' (Wozumbambezele, l'yoshon' ilanga)
Zonelani, ubuhlungu
Omuny' umuntu mayedalakadel' odongweni ningabom' hleka
Nibom' thandazela

Musa kaNkulunkulu
Musa, Musa (Musa, madoda)
Musa kaNkulunkulu (Musa, zinsizwa, ngoba)
UNkulunkulu unomusa

Lalelani (Lalelani, Lalelani)
Ubab' unomusa. Indodan' inomusa
Nomam' unomusa, musa kaNkulunkulu

Useza, Useza, Nangoke, esefikile
Wozanini bantwanyana nizojabula (Useza, Useza, Nangoke, esefikile)
Wozanini bantwanyana nizojabula (Ngenan', Ngenan', Ngenani ngesango)
Woza nawe. Woza nami (Ngenan', Ngenan', Ngenani ngesango)
Woza nawe. Woza nami (Useza, Useza, Nangoke, esefikile)

Asim'thandazeleni, asim'khulekeleni
Lo m'nto osolayo (Khona angez' uk'lahleka endleleni)
Asim'khulekeleni, asim'thandazeleni

Asim'khulekeleni. Asim'thandazeleni

Amen
Amen, Halleluja, Amen

Written by:
JOSEPH SHABALALA

Publisher:
Lyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC, Warner Chappell Music, Inc.

Lyrics powered by Lyric Find

Ladysmith Black Mambazo

Ladysmith Black Mambazo

View Profile